background image

 

 

 

ISIZULU 

IMIYALELO YOKUPHEPHA EBALULEKILE 

Njalo landela imiyalelo eyisisekelo uma usebenzisa izinto zikagesi: 

ISEXWAYISO

: Ukuze kunciphe ubungcuphe bokusha, ukushaywa ugesi, umlilo, ukulimala kwabantu 

noma ukuthi imakhroweyivu ibe namandla ngokweqile: 

1. 

Funda yonke imiyalelo ngaphambi kokuyisebenzisa. 

2. 

Sebenzisa lokhu ngokuhloselwe khona kuphela futhi uyisebenzise ngendlela okuchazwe ngayo 
ebhukwini. Ungasebenzisi amakhemikhali onakalisayo  noma okuyisisi. Lolu  hlobo lukahhavini 
lwakhelwe  ngokukhethekile  ukushisisa,  ukupheka,  noma  ukomisa  ukudla.  Ayakhelwe  ukuthi 
isebenze emafemini noma ezindlini ezisebenzela ososayensi amalabhorethri. 

3. 

Ungawusebenzisi uhhavini uma ungenalutho. 

4. 

Ungawusebenzisi lohhavini uma unentambo noma iplaki elimele, uma ingasebenzi kahle noma 
ilimele noma uke wawa. Uma intambo kagesi ilimele, kumele ishintshwe umkhiqizi noma i-ejenti 
elungisa lokho noma umuntu ongungoti ekwenzeni lowo msebenzi ukuze kugwenywe ubungozi 

5. 

ISEXWAYISO:  Abantwana  ungabavumela  bayisebenzise  kungekho  muntu  obaqaphile  uma 
ubanike  imiyalelo  eyanele  ukuze  zikwazi  ukusebenzisa  uhhavini  ngendlela  ephephile  futhi 
bebuqonda ubungozi bokuyisebenzisa ngendlela engeyiyo. 

6. 

Ukunciphisa ubungcuphe bomlilo phakathi kuhhavini: 

 

Uma  ufudumeza  ukudla  okungesiqukathi  sikaplastiki  noma  iphepha,  bheka  uhhavini  wakho 
njalo ukuze kungavuthi. 

 

Susa  izingcingo  ezifase  amaphepha  noma  izikhwama  zikaplastiki  ngaphambi  kokufaka 
izikhwama lezo kuhhavini. 

 

Uma  ubona  intuthu,  cisha  noma  ukhiphe  iplaki  kahhavini  bese  ugcina  isivalo  sivaliwe  ukuze 
kucishe amalangabi. 

 

Ungalisebenzisi ingaphakathi likahhavini njengendawo yokugcnina izinto. Ungashiyi imikhiqizo 
yamaphepha, izinto zokupheka noma ukudla phakathi kuhhavini uma ungasebenzi. 

7. 

ISEXWAYISO: Uketshezi noma okunye ukudla akumele kufudunyezwe ngesiqukathi esivalwayo 
ngoba kungaqhuma. 

8. 

Ukufudumeza iziphuzo kumakhroweyivu kungase kwenze kubile kuchitheke, ngakho-ke kumele 
kuqikelelwe uma kusetshenziswa isiqukathi. 

9. 

Ungakuthosi  ukudla  kuhhavini.  Amafutha  ashisayo  angalimaza  izingxenye  zikahhavini 
okungase kubange nokusha kwesikhumba. 

10.  Amaqanda  asemagobolondweni  kanye  nabilisiwe  akumele  afudunyezwe  kuhhavini  ngoba 

nagase aqhume nasekufudunyezweni kumakhroweyivu. 

11.  Ukudla  okunesikhumba  esiqinile,  okufana  namazambane,  isikwashu  esiphelele,  ama-apula 

kanye namakinathi kumele kubhoboswe imbobo ngaphambi kokuthi kuphekwe. 

12.  Izinto  ezisemabhodleleni  ezingane  okudla  kanye  nojeke  bazo  kumele  kugoqozwe  noma 

kushukuzwe futhi izinga lokushisa kumele libhekwe ngaphambi kokunika ingane ukuze ugweme 
ukusha. 

13.  Izinto  zokupheka  nazo  ziyashisa  ngenxa  yokushisa  kokudla  okufudunyeziwe.  Ungase  udinge 

izinto zokubamba amabhodwe ukuze ubambe izinto zokupheka. 

14.  Izinto  zokupheka  kumele  zibhekwe  ukuqinisekisa  ukuthi  zifanele  ukusetshenziswa 

kumakhroweyivu. 

15.  ISEXWAYISO:  Kuyingozi  kunoma  ubani  ngaphandle  komuntu  oqeqeshelwe  ukwenza 

umsebenzi  wokulungisa  noma  ukukhanda  ukusebenza  kwemakhroweyivu  okubandakanya 
ukususwa kwesembozo esivikela ukuthi ungatholi amandla aphuma kumakhroweyivu. 

16.  Lo  mkhiqizo  usohlwini  olungu-Group  2  Class  B  ISM  (Emafemini,  kwezesayensi 

nakwezokwelapha), okusho  ukuthi  usebenzisa amandla  asekhaya  ukuze  iphehle kanye/noma 
imisebe kagesi kwenzelwe  ukwelashwa kanye  nezinto zezinhlansi. Ezintweni ezisesigabeni B 
yizona  ezilungele  ukusetshenziswa  emakhaya  nasezindaweni  ezixhumene  ngqo  nendawo 
enamandla  kagesi  amancane  esihlinzeka  ugesi  ezakhiweni  ezisetshenziselwa  imisebenzi 
yasekhaya. 

Summary of Contents for P70B17L-T8

Page 1: ...INSTRUCTION MANUAL 17 L MICROWAVE OVEN MODEL P70B17L T8 7000010 EAN 6001001626040 INDOOR HOUSEHOLD USE ONLY Please save and read this instruction manual carefully before use...

Page 2: ...and latches broken or loosened c Door seals and sealing surfaces 4 The oven should not be adjusted or repaired by anyone except properly qualified service personnel CONTENT PRECAUTIONS FOR AVOIDING PO...

Page 3: ...explode 8 Microwave heating of beverages can result in delayed eruptive boiling so care has to be taken when handling a container 9 Do not fry food in the oven Hot oil can damage oven components and u...

Page 4: ...re heat moisture or high humidity is generated or near combustible materials 5 For correct operation the oven must have sufficient airflow Allow 20 cm of space above the oven 10 cm behind and 5 cm on...

Page 5: ...lt in a fire or other accident causing oven damage WARNING Improper use of the earthing plug could result in an electric shock risk Note 1 If you have any questions about earthing or electrical instru...

Page 6: ...oblong ones are recommend as food in corners tends to overcook 5 Narrow strips of aluminum foil may be used to prevent overcooking of exposed areas But be careful don t use too much and keep a distan...

Page 7: ...itch to choose power strength before you start a cooking session Timer switch With this switch you select your desired cooking time of up to 30 minutes per cooking session Microwave cooking There are...

Page 8: ...aner 5 Do not allow the control panel to become wet Clean with a soft damp cloth When cleaning the control panel leave oven door open to prevent oven from accidentally turning on 6 If steam accumulate...

Page 9: ...t 6 six months of the warranty receive a refund of the actual price paid or exchange the product for the same or similar product of the same purchased value 2 2 After 6 six months of the warranty have...

Page 10: ...ina ocango nemiphezulu yesilingi 4 I oveni akumele ilungelelaniswe okanye ilungiswe nagowuphi na umntu ngaphandleni kokuba ngumntu oqeqeshelwe inkonzo ngokufanelekileyo ISIQULATHO AMANYATHELO ANGAPHAM...

Page 11: ...kumphakathi xa ingayisebenzi 7 ISILUMKISO Into engamanzi okanye okunye ukutyaakufuneki ukuba kufudunyezwe kukwiziqulatho ezitywiniweyo ngenxa yokuba zinokugqabhuka 8 Ukwenza shushu iziselo ngemayikhr...

Page 12: ...ma bayo kwaye okona kutya kukhulu bungaphekwa kwioveni 4 Musa ukuyibeka ioveni apho ubushushu umfumo okanye ukufuma okukhulu kwenzeka khona okanye kufuphi kweemathiriyeli ezitsha lula 5 Ukusebenza oku...

Page 13: ...ngela umlilo okanye enye ingozi ebangela umonakalo weoveni ISILUMKISO Ukusetyenziswa okungafanelekanga kokunxulumaniswa kweplagi yesixhobo nomhlaba kungabangela umngcipheko wokukhatywa ngumbane Qaphel...

Page 14: ...uphekeka okugqithisileyo kwiikona 5 Imicu emincinane yefoyile yealuminam inokusetyenziswe ukuthintela ukuphekeka okugqithisileyo kweendawo ezivelileyo Kodwa lumka ungayisebenzisi kakhulu kwaye ugcine...

Page 15: ...lokuqalisa iseshoni yokupheka Iqhosha lexesha Linikeza iisetingi ezibonakalayo zexesha ngokulula kubhontsi wakho ukukhetha ixesha olinqwenelayo lokupheka ukuya kwimizuzu engama 30 kwiseshoni yokupheka...

Page 16: ...ye ezitshizekileyo Musa ukusisebenzisa isicoci esikhuhlayo 5 Musa ukuyivumela iphaneli yolawulo ibe manzi Coca ngelaphu elithambileyo elifumileyo Xa ucoca iphaneli yolawulo lushiye luvulekile ucango u...

Page 17: ...zi 6 ezintandathu zesiqinisekiso unokufumana imbuyekezo yexabiso lokwenene elihlawulweyo okanye uyitshintshise imveliso ngenye efana nayo yexabiso elifanayo ngentengo 2 2 Zingaphelanga iinyanga zokuqa...

Page 18: ...Uhhavini akumele ulungiswe noma ukhandwe omunye umuntu ngaphandle komuntu okufundele lokhu OKUQUKETHWE ISEXWAYISO SOKUGWEMA UKUTHOLA AMANDLA AMANINGI NGOKWEQILE KUMAKHROWEYIVU 1 IMIYALELO YOKUPHEPHA E...

Page 19: ...ashiyi imikhiqizo yamaphepha izinto zokupheka noma ukudla phakathi kuhhavini uma ungasebenzi 7 ISEXWAYISO Uketshezi noma okunye ukudla akumele kufudunyezwe ngesiqukathi esivalwayo ngoba kungaqhuma 8 U...

Page 20: ...yisicaba enganyakazi ekwaziyo ukumelana nezisindo sayo kanye nokudla okunesisindo esikhulu okungase kuphekwe kuyo 4 Ungawubeki uhhavini lapho kuba khona nokushisa umswakamo noma ukuba manzi okukhulu n...

Page 21: ...oma ezinye izingozi ezingabangela ukulimala kukahhavini ISEXWAYISO Ukungasebenzisi ngendlela intambo yokweseka kungabangela ukushaywa ugesi Qaphela 1 Uma unemibuzo mayelana nokwesekela noma imiyalelo...

Page 22: ...mise ukuphekeka ngaphezulu kwesikhathi esifanele 5 Imicu yocwecwe ingasetshenziswa ukuvikela ukuphekeka ngokweqile kwezindawo ezivelile Kodwa uqaphele ungasebenzisi eningi futhi kumele ibanga phakathi...

Page 23: ...kupheka Iswishi yokokubeka isikhathi Ngaleswishi ukhetha isikhathi ofuna ukupheka ngaso esingafinyelela emizuzwini engama 30 uma upheka Ukupheka kumakhroweyivu Kukhona amazinga ayisithupha amandla oku...

Page 24: ...gendwangu eswakeme ukususa ukungcola kokuchithekile Ungasebenzisi okokuhlanza okuhayayo 5 Ungavumeli iphaneli yokulawula ibe manzi Hlanza ngendwangu eswakeme ethambile Uma uhlanza iphaneli yokulawula...

Page 25: ...ngalemigomo 2 3 Ezinyangeni zokuqala eziyi 6 isithupha zewaranti uzobuyiselwa imali eyinani athenga ngalo noma ashintshise umkhiqizo athathe ofanayo noma onjengawo othengisa ngenani elifanayo 2 2 Emv...

Reviews: