background image

 

 

 

ISIZULU 

17.  Lo  mkhiqizo  awuhloselwe  ukuthi  usetshenziswe  abantu  (kubandakanya  izingane) 

abanokukhubazeka  okuthile  izinzwa  noma  ukukhubazeka  ngokwengqondo,  noma  ukungabi 
naso  isipiliyoni  noma  ulwazi,  ngaphandle  uma  begadiwe  noma  benikwe  imiyalelomayelana 
nokusebenza komkhiqizo bewunikwa umuntu obhekele ezokuphepha. 

18.  Izingane kumele kube khona oziqaphayo ukuze kuqinisekwe ukuthi azidlali ngento kagesi. 

UKUCACISWA 

Ukusetshenziswa kukagesi/kwamandla: 

220-240 V~50 Hz, 1200 W (Imakhroweyivu) 

Ugesi osetshenziswa imakhroweyivu alinganisiwe: 

700 W 

Ukuvama ukuyisebenzisa: 

2450 MHz 

Ubukhulu bangaphandle: 

262 mm (H) × 452 mm (W) × 335 mm (D) 

Ubukhulu bengaphakathi likahhavini: 

198 mm (H) × 315 mm (W) × 294 mm (D) 

Umthamo kahhavini: 

17 amalitha 

Indlela yokupheka:  

Uhlelo oluphendukayo 

Isisindo: 

Ingaba ngu-10.5 kg 

UKUFAKELA 

1. 

Qinisekisa ukuthi zonke izinto ebizipakishile zisukile engaphakathini lesivalo. 

2. 

ISEXWAYISO:  Bheka  ukuthi  uhhavini  awulimele  yini,  okungaba  isivalo  esingaqondile  noma 
esigwegwile,  izinto  azivala  isivalo,  izinkintsho  kanye  nemishudo  yesivalo  ephukile  noma 
exegayo  kanye  nokushayeka  ngaphakathi  noma  esivalweni.  Uma  kukhona  la  ilimele  khona, 
ungayisebenzisi xhumana nomuntu okufundele ukwenza lokho.  

3. 

Lohhavini  wemakhroweyivu  kumele  ubekwe  endaweni  eyisicaba,  enganyakazi  ekwaziyo 
ukumelana nezisindo sayo kanye nokudla okunesisindo esikhulu okungase kuphekwe kuyo.  

4. 

Ungawubeki  uhhavini  lapho  kuba  khona  nokushisa,  umswakamo,  noma  ukuba  manzi 
okukhulu, noma eduze kwezinto ezivuthayo. 
 

5. 

Ukuze usebenze kahle, uhhavini kumele ube nomoya owenele. Shiya isikhala esingama-20cm 
phezulu kukahhavini, 10 cm ngemuva kanye no-5 cm kuzo zombili izinhlangothi. Ungazimbozi 
noma uvimbe izindawo ezivulekile kuyo. Ungawasusi amasondo noma izinyawo. 

6. 

Ungawusebenzisi  uhhavini  ngaphandle lwethileyi  lengilazi, amasondo okuyeseka iphenduke, 
kanye noshafu kungekho ezindaweni zakho.  

7. 

Qinisekisa  ukuthi  intambo  kagesi  ayilimele  futhi  ayihambi  ngaphansi  kukahhavini  noma 
ngaphezu kwamapuleti ashisayo noma endaweni ecijile. 

8. 

Isokhethi  kumele  ukwazi  ukufinyelela  kuyo  ukuze  kube  lula  ukukhipha  iplaki  uma  kunesimo 
esiphuthumayo. 

9. 

Ungawusebenzisi uhhavini ngaphandle. 

UKUPHAZAMISEKA KOMSAKAZO 

Ukusebenza kwemakhroweyivu yakho kungaphazamisa ukusebenza komsakazo wakho, i-TV noma 

izinto ezifana nalezo. 

Uma  kukhona  ukuphazamiseka,  kungancishiswa  noma  kungaqedwa  ngokuthi  kwenziwe  lokhu 

okulandelayo: 

1. 

Hlanza isivalo nendawo evale uhhavini. 

2. 

Lungisa uthi lokwamukela lomsakazo noma lukamabonakude. 

3. 

Beka imakhroweyivu kwenye indawo engekho ngasosibeni lokwamukela. 

4. 

Susa imakhroweyivu ibe kude nosiba lokwamukela. 

5. 

Plaka  imakhroweyivu  kwenye  indawo  ukuze  imakhroweyivu  nosiba  lokwamukela  kuzoba 

sezindaweni 

ezingafani.

Summary of Contents for P70B17L-T8

Page 1: ...INSTRUCTION MANUAL 17 L MICROWAVE OVEN MODEL P70B17L T8 7000010 EAN 6001001626040 INDOOR HOUSEHOLD USE ONLY Please save and read this instruction manual carefully before use...

Page 2: ...and latches broken or loosened c Door seals and sealing surfaces 4 The oven should not be adjusted or repaired by anyone except properly qualified service personnel CONTENT PRECAUTIONS FOR AVOIDING PO...

Page 3: ...explode 8 Microwave heating of beverages can result in delayed eruptive boiling so care has to be taken when handling a container 9 Do not fry food in the oven Hot oil can damage oven components and u...

Page 4: ...re heat moisture or high humidity is generated or near combustible materials 5 For correct operation the oven must have sufficient airflow Allow 20 cm of space above the oven 10 cm behind and 5 cm on...

Page 5: ...lt in a fire or other accident causing oven damage WARNING Improper use of the earthing plug could result in an electric shock risk Note 1 If you have any questions about earthing or electrical instru...

Page 6: ...oblong ones are recommend as food in corners tends to overcook 5 Narrow strips of aluminum foil may be used to prevent overcooking of exposed areas But be careful don t use too much and keep a distan...

Page 7: ...itch to choose power strength before you start a cooking session Timer switch With this switch you select your desired cooking time of up to 30 minutes per cooking session Microwave cooking There are...

Page 8: ...aner 5 Do not allow the control panel to become wet Clean with a soft damp cloth When cleaning the control panel leave oven door open to prevent oven from accidentally turning on 6 If steam accumulate...

Page 9: ...t 6 six months of the warranty receive a refund of the actual price paid or exchange the product for the same or similar product of the same purchased value 2 2 After 6 six months of the warranty have...

Page 10: ...ina ocango nemiphezulu yesilingi 4 I oveni akumele ilungelelaniswe okanye ilungiswe nagowuphi na umntu ngaphandleni kokuba ngumntu oqeqeshelwe inkonzo ngokufanelekileyo ISIQULATHO AMANYATHELO ANGAPHAM...

Page 11: ...kumphakathi xa ingayisebenzi 7 ISILUMKISO Into engamanzi okanye okunye ukutyaakufuneki ukuba kufudunyezwe kukwiziqulatho ezitywiniweyo ngenxa yokuba zinokugqabhuka 8 Ukwenza shushu iziselo ngemayikhr...

Page 12: ...ma bayo kwaye okona kutya kukhulu bungaphekwa kwioveni 4 Musa ukuyibeka ioveni apho ubushushu umfumo okanye ukufuma okukhulu kwenzeka khona okanye kufuphi kweemathiriyeli ezitsha lula 5 Ukusebenza oku...

Page 13: ...ngela umlilo okanye enye ingozi ebangela umonakalo weoveni ISILUMKISO Ukusetyenziswa okungafanelekanga kokunxulumaniswa kweplagi yesixhobo nomhlaba kungabangela umngcipheko wokukhatywa ngumbane Qaphel...

Page 14: ...uphekeka okugqithisileyo kwiikona 5 Imicu emincinane yefoyile yealuminam inokusetyenziswe ukuthintela ukuphekeka okugqithisileyo kweendawo ezivelileyo Kodwa lumka ungayisebenzisi kakhulu kwaye ugcine...

Page 15: ...lokuqalisa iseshoni yokupheka Iqhosha lexesha Linikeza iisetingi ezibonakalayo zexesha ngokulula kubhontsi wakho ukukhetha ixesha olinqwenelayo lokupheka ukuya kwimizuzu engama 30 kwiseshoni yokupheka...

Page 16: ...ye ezitshizekileyo Musa ukusisebenzisa isicoci esikhuhlayo 5 Musa ukuyivumela iphaneli yolawulo ibe manzi Coca ngelaphu elithambileyo elifumileyo Xa ucoca iphaneli yolawulo lushiye luvulekile ucango u...

Page 17: ...zi 6 ezintandathu zesiqinisekiso unokufumana imbuyekezo yexabiso lokwenene elihlawulweyo okanye uyitshintshise imveliso ngenye efana nayo yexabiso elifanayo ngentengo 2 2 Zingaphelanga iinyanga zokuqa...

Page 18: ...Uhhavini akumele ulungiswe noma ukhandwe omunye umuntu ngaphandle komuntu okufundele lokhu OKUQUKETHWE ISEXWAYISO SOKUGWEMA UKUTHOLA AMANDLA AMANINGI NGOKWEQILE KUMAKHROWEYIVU 1 IMIYALELO YOKUPHEPHA E...

Page 19: ...ashiyi imikhiqizo yamaphepha izinto zokupheka noma ukudla phakathi kuhhavini uma ungasebenzi 7 ISEXWAYISO Uketshezi noma okunye ukudla akumele kufudunyezwe ngesiqukathi esivalwayo ngoba kungaqhuma 8 U...

Page 20: ...yisicaba enganyakazi ekwaziyo ukumelana nezisindo sayo kanye nokudla okunesisindo esikhulu okungase kuphekwe kuyo 4 Ungawubeki uhhavini lapho kuba khona nokushisa umswakamo noma ukuba manzi okukhulu n...

Page 21: ...oma ezinye izingozi ezingabangela ukulimala kukahhavini ISEXWAYISO Ukungasebenzisi ngendlela intambo yokweseka kungabangela ukushaywa ugesi Qaphela 1 Uma unemibuzo mayelana nokwesekela noma imiyalelo...

Page 22: ...mise ukuphekeka ngaphezulu kwesikhathi esifanele 5 Imicu yocwecwe ingasetshenziswa ukuvikela ukuphekeka ngokweqile kwezindawo ezivelile Kodwa uqaphele ungasebenzisi eningi futhi kumele ibanga phakathi...

Page 23: ...kupheka Iswishi yokokubeka isikhathi Ngaleswishi ukhetha isikhathi ofuna ukupheka ngaso esingafinyelela emizuzwini engama 30 uma upheka Ukupheka kumakhroweyivu Kukhona amazinga ayisithupha amandla oku...

Page 24: ...gendwangu eswakeme ukususa ukungcola kokuchithekile Ungasebenzisi okokuhlanza okuhayayo 5 Ungavumeli iphaneli yokulawula ibe manzi Hlanza ngendwangu eswakeme ethambile Uma uhlanza iphaneli yokulawula...

Page 25: ...ngalemigomo 2 3 Ezinyangeni zokuqala eziyi 6 isithupha zewaranti uzobuyiselwa imali eyinani athenga ngalo noma ashintshise umkhiqizo athathe ofanayo noma onjengawo othengisa ngenani elifanayo 2 2 Emv...

Reviews: